Testi Sbhekane - Blaq Diamond, The Legacy

Sbhekane - Blaq Diamond, The Legacy
Informazioni sulla canzone In questa pagina puoi trovare il testo della canzone Sbhekane, artista - Blaq Diamond
Data di rilascio: 30.01.2020
Linguaggio delle canzoni: Sputo

Sbhekane

Kwaze kamnandi uba uMzulu, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba uMxhosa, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba uMsuthu, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umVenda, ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umTswana, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umPedi, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umNdebele, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umTsonga, wena ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umSwati, mama
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo
Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Engathi umama Winnie ebusweni bakhe (ebuhleni bakhe)
Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Engathi umama Winnie ebusweni bakhe
Awu ngiyaziqenya ngentombi zakithi
Imbali zesizwe, ungahamba umhlaba wonke
Ngeke uzithole ezinjengezakithi
Ooh impiko zami, kushayi impiko zami
Ngibhekwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
Ooh impiko zami, kukhala impiko zami
Ngibhekwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
Abodali bayakhala mabelizwa
Libakhumbuza ekhaya, balilizele
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo

Condividi testi:

Scrivi cosa ne pensi dei testi!