| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| First ngibonga ubaba ngokuthi angiphe wena |
| So ngathi igama uLwandle ngoba ngikhuphula yena |
| Amaphutha ngiwenzile kodwa uvele wangixolela |
| Umntwana muni yintombazana heee ngavele ngahleka |
| The day you were born baby ngashintsha unompela |
| I knew sengithole umuntu engifuna ukuphilela yena |
| You changed my life |
| Khula lova yonke into ibeyindlela |
| Umhlaba’uyahlaba hlalehlombe mina ngihlome lendlela |
| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| I life iyabheda yazi |
| Bazokukhohlisa yazi |
| Ugad’isono uvul’amehlo mawujule ngolwazi |
| Udlule bekuvalele dali ufane namanzi |
| Uvule iyindlebe ulalele ungasitsheli ukuthi uyazi |
| Ufane nenkonyane Ma uwulandele inkomazi |
| Ukhonze kubaba ngoba yena mkhulukazi |
| I didn’t have much ngoba wangishiya ubaba |
| But I’m everything I am ngoba wang’thanda umama |
| I’ll do the best I can ukuthi ngibe ubaba |
| But I need a favor kuwe ngifuna umntwana |
| If I ever do wrong you have a right yok’khala |
| I life isaqhubeka azovela amaphutha |
| Baby akekho ozokuthinta phela mine ngiyak’phahlela |
| Jama KaSjadu Sibal’khulu Sigwinya mkhonto notho lwaso |
| Nkomo zidla ekhaya ngoba siswela abelusi |
| Ngiyakuthanda baby yazi |
| Uyindlovukazi |
| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Baba ngibonga lengilosi ephambikwami efananami |
| Yes I’d love to be your daddy |
| Won’t you please just be my baby |
| And I will always understand |
| And I will always comprehend |
| And I will always be your friend |
| Hold my hand come on baby |
| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Don’t believe a word they say |
| Turn around and walk away |
| Make your world a better stay |
| Listen to your daddy |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |
| Ngob’uthando lwami lungango lwandle |